IsAmbulo 3:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Kanjalo lowo onqobayo+ uyovunuliswa ngezingubo+ zangaphandle ezimhlophe; angisoze ngalisula igama lakhe encwadini yokuphila,+ kodwa ngiyolivuma igama lakhe phambi kukaBaba+ naphambi kwezingelosi zakhe.+ IsAmbulo 7:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Ngaso leso sikhathi ngathi kuye: “Nkosi yami, nguwe owaziyo.” Wathi kimi: “Laba yilabo abaphuma osizini olukhulu,+ abaye bahlanza izembatho zabo zaba mhlophe+ egazini+ leWundlu. IsAmbulo 19:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Yebo, unikwé ukuba avunule ngelineni elikhanyayo, elihlanzekile, nelicolekileyo, ngoba ilineni elicolekileyo limelela izenzo ezilungileyo zabangcwele.”+
5 Kanjalo lowo onqobayo+ uyovunuliswa ngezingubo+ zangaphandle ezimhlophe; angisoze ngalisula igama lakhe encwadini yokuphila,+ kodwa ngiyolivuma igama lakhe phambi kukaBaba+ naphambi kwezingelosi zakhe.+
14 Ngaso leso sikhathi ngathi kuye: “Nkosi yami, nguwe owaziyo.” Wathi kimi: “Laba yilabo abaphuma osizini olukhulu,+ abaye bahlanza izembatho zabo zaba mhlophe+ egazini+ leWundlu.
8 Yebo, unikwé ukuba avunule ngelineni elikhanyayo, elihlanzekile, nelicolekileyo, ngoba ilineni elicolekileyo limelela izenzo ezilungileyo zabangcwele.”+