Duteronomi 15:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Ngoba umuntu ompofu akasoze ayeka ukuba khona phakathi kwezwe.+ Yingakho ngikuyala, ngithi, ‘Kufanele umvulele isandla sakho ngokukhululekile umfowenu ohluphekile nompofu ezweni lakini.’+ IzAga 22:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Oneso elinomusa uyobusiswa, ngoba uphé ophansi ukudla kwakhe.+ Isaya 32:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 Niyajabula nina enihlwanyela imbewu eceleni kwawo wonke amanzi,+ enithuma izinyawo zenkabi nezembongolo.”+
11 Ngoba umuntu ompofu akasoze ayeka ukuba khona phakathi kwezwe.+ Yingakho ngikuyala, ngithi, ‘Kufanele umvulele isandla sakho ngokukhululekile umfowenu ohluphekile nompofu ezweni lakini.’+
20 Niyajabula nina enihlwanyela imbewu eceleni kwawo wonke amanzi,+ enithuma izinyawo zenkabi nezembongolo.”+