1 Samuweli 2:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Kepha uJehova, labo abalwisana naye bayokwesaba kakhulu;+Uyoduma ngokumelene nabo esemazulwini.+UJehova ngokwakhe uyokwahlulela imikhawulo yomhlaba,+Ukuze anike inkosi yakhe izikhwepha,+Ukuze aphakamise uphondo logcotshiweyo wakhe.”+ IHubo 82:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 O Nkulunkulu, sukuma, yahlulela umhlaba;+Ngoba wena ngokwakho kufanele udle ifa lazo zonke izizwe.+ IHubo 96:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Phambi kukaJehova. Ngoba uzile;+Ngoba uzile ukuzokwahlulela umhlaba.+Uyokwahlulela izwe elikhiqizayo ngokulunga+Nezizwe ngokuthembeka kwakhe.+ IHubo 110:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Uyokhipha isahlulelo phakathi kwezizwe;+Uyobangela ukuba kugcwale izidumbu.+Ngokuqinisekile uyomphihliza abe yizicucu oyinhloko phezu kwezwe elinabantu abaningi.+ IzEnzo 17:31 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 31 Ngoba umise usuku ajonge ukwahlulela+ ngalo umhlaba owakhiwe ngokulunga ngomuntu ammisile, futhi unikeze isiqinisekiso kubo bonke abantu njengoba eye wamvusa+ kwabafileyo.”
10 Kepha uJehova, labo abalwisana naye bayokwesaba kakhulu;+Uyoduma ngokumelene nabo esemazulwini.+UJehova ngokwakhe uyokwahlulela imikhawulo yomhlaba,+Ukuze anike inkosi yakhe izikhwepha,+Ukuze aphakamise uphondo logcotshiweyo wakhe.”+
8 O Nkulunkulu, sukuma, yahlulela umhlaba;+Ngoba wena ngokwakho kufanele udle ifa lazo zonke izizwe.+
13 Phambi kukaJehova. Ngoba uzile;+Ngoba uzile ukuzokwahlulela umhlaba.+Uyokwahlulela izwe elikhiqizayo ngokulunga+Nezizwe ngokuthembeka kwakhe.+
6 Uyokhipha isahlulelo phakathi kwezizwe;+Uyobangela ukuba kugcwale izidumbu.+Ngokuqinisekile uyomphihliza abe yizicucu oyinhloko phezu kwezwe elinabantu abaningi.+
31 Ngoba umise usuku ajonge ukwahlulela+ ngalo umhlaba owakhiwe ngokulunga ngomuntu ammisile, futhi unikeze isiqinisekiso kubo bonke abantu njengoba eye wamvusa+ kwabafileyo.”