AbaHluleli 3:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Khona-ke intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Israyeli,+ wamthengisa+ esandleni sikaKushani-rishatayimi inkosi yaseMesophothamiya;+ abantwana bakwa-Israyeli baqhubeka bekhonza uKushani-rishatayimi iminyaka eyisishiyagalombili. Hebheru 12:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 kodwa nisikhohlwé ngokuphelele isikhuthazo esinibiza ngokuthi ningamadodana esithi:+ “Ndodana yami, ungasilulazi isiyalo esivela kuJehova, futhi ungapheli amandla lapho uqondiswa nguye;+ Hebheru 12:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 ngoba uJehova uyamyala lowo amthandayo; eqinisweni, ujezisa wonke umuntu amamukela njengendodana.”+
8 Khona-ke intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Israyeli,+ wamthengisa+ esandleni sikaKushani-rishatayimi inkosi yaseMesophothamiya;+ abantwana bakwa-Israyeli baqhubeka bekhonza uKushani-rishatayimi iminyaka eyisishiyagalombili.
5 kodwa nisikhohlwé ngokuphelele isikhuthazo esinibiza ngokuthi ningamadodana esithi:+ “Ndodana yami, ungasilulazi isiyalo esivela kuJehova, futhi ungapheli amandla lapho uqondiswa nguye;+
6 ngoba uJehova uyamyala lowo amthandayo; eqinisweni, ujezisa wonke umuntu amamukela njengendodana.”+