Isaya 25:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Empeleni uyokugwinya ukufa kuze kube phakade,+ iNkosi EnguMbusi uJehova ngokuqinisekile iyosula izinyembezi ebusweni bonke.+ Isihlamba sabantu bayo iyosisusa kuwo wonke umhlaba,+ ngoba uJehova ngokwakhe ukukhulumile. Marku 12:26 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 26 Kodwa ngokuphathelene nabafileyo, ukuthi bayavuswa, anifundanga yini encwadini kaMose, endabeni ephathelene nomunga, indlela uNkulunkulu asho ngayo kuye ukuthi, ‘NginguNkulunkulu ka-Abrahama noNkulunkulu ka-Isaka noNkulunkulu kaJakobe’?+ Johane 11:24 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 24 UMarta wathi kuye: “Ngiyazi ukuthi uyovuka ovukweni+ ngosuku lokugcina.” Johane 11:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 UJesu wathi kuye: “Mina ngingukuvuka nokuphila.+ Lowo obonisa ukholo kimi, ngisho noma efa, uyophila;+ 1 Korinte 15:21 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 21 Ngoba njengoba ukufa+ kweza ngomuntu, novuko+ lwabafileyo luza ngomuntu. 1 Thesalonika 4:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Ngoba uma ukholo lwethu luwukuthi uJesu wafa wabuye wavuka,+ kanjalo futhi uNkulunkulu uyobaletha kanye naye labo asebalala ngoJesu.+
8 Empeleni uyokugwinya ukufa kuze kube phakade,+ iNkosi EnguMbusi uJehova ngokuqinisekile iyosula izinyembezi ebusweni bonke.+ Isihlamba sabantu bayo iyosisusa kuwo wonke umhlaba,+ ngoba uJehova ngokwakhe ukukhulumile.
26 Kodwa ngokuphathelene nabafileyo, ukuthi bayavuswa, anifundanga yini encwadini kaMose, endabeni ephathelene nomunga, indlela uNkulunkulu asho ngayo kuye ukuthi, ‘NginguNkulunkulu ka-Abrahama noNkulunkulu ka-Isaka noNkulunkulu kaJakobe’?+
25 UJesu wathi kuye: “Mina ngingukuvuka nokuphila.+ Lowo obonisa ukholo kimi, ngisho noma efa, uyophila;+
14 Ngoba uma ukholo lwethu luwukuthi uJesu wafa wabuye wavuka,+ kanjalo futhi uNkulunkulu uyobaletha kanye naye labo asebalala ngoJesu.+