Duteronomi 32:39 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 39 Bhekani manje ukuthi mina—mina nginguye+Futhi abekho onkulunkulu abakanye nami.+Ngiyabulala, ngiphilise.+Ngilimazile+ kakhulu, futhi mina—mina ngizophulukisa,+Akekho ohlwithayo esandleni sami.+ Jeremiya 33:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 ‘Bheka ngiwulethela ukululama nempilo;+ futhi ngiyobaphulukisa ngibambulele ukuthula neqiniso okuchichimayo.+ Hoseya 6:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 “Wozani, masibuyele kuJehova,+ ngoba yena udwengulile+ kodwa uzosiphulukisa.+ Waqhubeka eshaya, kodwa uzosibopha amanxeba.+ Amose 9:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 “‘Ngalolo suku ngiyovusa+ idokodo+ likaDavide eliwile,+ futhi ngokuqinisekile ngiyolungisa izindawo zabo ezibhodlokile. Amanxiwa alo ngiyowavusa, futhi nakanjani ngiyolakha njengasezinsukwini zakudala,+
39 Bhekani manje ukuthi mina—mina nginguye+Futhi abekho onkulunkulu abakanye nami.+Ngiyabulala, ngiphilise.+Ngilimazile+ kakhulu, futhi mina—mina ngizophulukisa,+Akekho ohlwithayo esandleni sami.+
6 ‘Bheka ngiwulethela ukululama nempilo;+ futhi ngiyobaphulukisa ngibambulele ukuthula neqiniso okuchichimayo.+
6 “Wozani, masibuyele kuJehova,+ ngoba yena udwengulile+ kodwa uzosiphulukisa.+ Waqhubeka eshaya, kodwa uzosibopha amanxeba.+
11 “‘Ngalolo suku ngiyovusa+ idokodo+ likaDavide eliwile,+ futhi ngokuqinisekile ngiyolungisa izindawo zabo ezibhodlokile. Amanxiwa alo ngiyowavusa, futhi nakanjani ngiyolakha njengasezinsukwini zakudala,+