Duteronomi 17:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Kuphela akufanele izandisele amahhashi,+ noma yenze abantu babuyele eGibhithe ukuze bazandisele amahhashi;+ kuyilapho uJehova ethé kuwe, ‘Akumelwe nanini nibuyele emuva ngale ndlela futhi.’ IHubo 33:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 Ihhashi liyinkohliso ekusindiseni,+Alikunikezi ukuphunyuka ngobuningi bamandla alo.+ IzAga 21:31 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 31 Ihhashi yinto elungiselelwa usuku lwempi,+ kodwa insindiso ingekaJehova.+
16 Kuphela akufanele izandisele amahhashi,+ noma yenze abantu babuyele eGibhithe ukuze bazandisele amahhashi;+ kuyilapho uJehova ethé kuwe, ‘Akumelwe nanini nibuyele emuva ngale ndlela futhi.’