Genesise 49:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Intonga yobukhosi ngeke isuke kuJuda,+ nobhoko lomyali phakathi kwezinyawo zakhe, kuze kufike uShilo;+ futhi uyolalelwa izizwe zonke.+ IHubo 2:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Athi: “Mina, yebo mina, ngiyimisile inkosi yami+EZiyoni,+ intaba yami engcwele.”+ IHubo 45:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 UNkulunkulu uyisihlalo sakho sobukhosi kuze kube nini nanini, yebo kuze kube phakade;+Intonga yobukhosi bakho iyintonga yobuqotho.+ Luka 1:32 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 32 Iyoba umuntu omkhulu+ ibizwe ngokuthi yiNdodana YoPhezukonke;+ uJehova uNkulunkulu uyoyinika isihlalo sobukhosi+ sikaDavide uyise,+ Johane 1:49 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 49 UNathanayeli wamphendula: “Rabi, wena uyiNdodana kaNkulunkulu,+ uyiNkosi+ yakwa-Israyeli.”
10 Intonga yobukhosi ngeke isuke kuJuda,+ nobhoko lomyali phakathi kwezinyawo zakhe, kuze kufike uShilo;+ futhi uyolalelwa izizwe zonke.+
6 UNkulunkulu uyisihlalo sakho sobukhosi kuze kube nini nanini, yebo kuze kube phakade;+Intonga yobukhosi bakho iyintonga yobuqotho.+
32 Iyoba umuntu omkhulu+ ibizwe ngokuthi yiNdodana YoPhezukonke;+ uJehova uNkulunkulu uyoyinika isihlalo sobukhosi+ sikaDavide uyise,+