Duteronomi 32:35 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 35 Impindiselo ingeyami, nokubuyisela.+ Ngesikhathi esimisiwe unyawo lwabo luyohamba ngokuntenga,+Ngoba usuku lwenhlekelele yabo luseduze,+Nezenzakalo ezilungele bona ziyashesha.’+ Duteronomi 32:41 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 41 Uma impela ngilola inkemba yami ebenyezelayo,+Nesandla sami sibambelela ekwahluleleni,+Ngizobuyisela impindiselo kwabaphikisana nami+Ngiphindisele kulabo abangizonda kakhulu.+ IHubo 94:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 94 O Nkulunkulu wempindiselo, Jehova,+O Nkulunkulu wempindiselo, khanya!+ Roma 12:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 Ningaziphindiseleli,+ bathandekayo, kodwa qhelelani ulaka;+ ngoba kulotshiwe ukuthi: “Impindiselo ingeyami; ngizobuyisela mina, kusho uJehova.”+
35 Impindiselo ingeyami, nokubuyisela.+ Ngesikhathi esimisiwe unyawo lwabo luyohamba ngokuntenga,+Ngoba usuku lwenhlekelele yabo luseduze,+Nezenzakalo ezilungele bona ziyashesha.’+
41 Uma impela ngilola inkemba yami ebenyezelayo,+Nesandla sami sibambelela ekwahluleleni,+Ngizobuyisela impindiselo kwabaphikisana nami+Ngiphindisele kulabo abangizonda kakhulu.+
19 Ningaziphindiseleli,+ bathandekayo, kodwa qhelelani ulaka;+ ngoba kulotshiwe ukuthi: “Impindiselo ingeyami; ngizobuyisela mina, kusho uJehova.”+