Eksodusi 11:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Futhi zonke lezi zinceku zakho ngokuqinisekile zizokwehlela kimi ziwe ngobuso kimi,+ zithi, ‘Hamba, wena kanye nabo bonke abantu abalandela izinyathelo zakho.’ Ngemva kwalokho ngizophuma.” Wabe esephuma kuFaro evutha intukuthelo. IHubo 86:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 Ngivezele isibonakaliso esisho ubuhle,Ukuze abangizondayo basibone babe namahloni.+Ngoba wena Jehova ungisizile wangiduduza.+ Isaya 45:24 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 24 zithi, ‘Ngokuqinisekile kuJehova kukhona ukulunga okugcwele nezikhwepha.+ Bonke abamthukuthelela kakhulu bayoqonda ngqo kuye babe namahloni.+ IsAmbulo 3:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Bheka! Ngiyokwenza labo abavela esinagogeni likaSathane abathi bona bangamaJuda,+ kodwa nokho bengewona, beqamba amanga+—bheka! ngiyobenza beze bakhothame+ phambi kwezinyawo zakho, ngibenze bazi ukuthi ngikuthandile.
8 Futhi zonke lezi zinceku zakho ngokuqinisekile zizokwehlela kimi ziwe ngobuso kimi,+ zithi, ‘Hamba, wena kanye nabo bonke abantu abalandela izinyathelo zakho.’ Ngemva kwalokho ngizophuma.” Wabe esephuma kuFaro evutha intukuthelo.
17 Ngivezele isibonakaliso esisho ubuhle,Ukuze abangizondayo basibone babe namahloni.+Ngoba wena Jehova ungisizile wangiduduza.+
24 zithi, ‘Ngokuqinisekile kuJehova kukhona ukulunga okugcwele nezikhwepha.+ Bonke abamthukuthelela kakhulu bayoqonda ngqo kuye babe namahloni.+
9 Bheka! Ngiyokwenza labo abavela esinagogeni likaSathane abathi bona bangamaJuda,+ kodwa nokho bengewona, beqamba amanga+—bheka! ngiyobenza beze bakhothame+ phambi kwezinyawo zakho, ngibenze bazi ukuthi ngikuthandile.