Isaya 61:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 61 Umoya weNkosi EnguMbusi uJehova uphezu kwami,+ ngenxa yokuthi uJehova ungigcobile+ ukuba ngitshele abamnene izindaba ezinhle.+ Ungithumé ukuba ngibophe abanhliziyo zaphukileyo,+ ukuba ngimemezele inkululeko kulabo abathunjiwe+ nokuvulwa kakhulu kwamehlo ngisho naseziboshweni;+ Mathewu 3:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Ngemva kokubhapathizwa, uJesu wakhuphuka masinyane emanzini; futhi, bheka! amazulu avuleka,+ wabona umoya kaNkulunkulu wehla njengejuba+ uza phezu kwakhe.+ IzEnzo 10:38 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 38 okuyile, uJesu waseNazaretha, indlela uNkulunkulu amgcoba ngayo ngomoya ongcwele+ nangamandla, futhi wadabula izwe enza okuhle, ephulukisa bonke abacindezelwe uDeveli;+ ngoba uNkulunkulu wayenaye.+
61 Umoya weNkosi EnguMbusi uJehova uphezu kwami,+ ngenxa yokuthi uJehova ungigcobile+ ukuba ngitshele abamnene izindaba ezinhle.+ Ungithumé ukuba ngibophe abanhliziyo zaphukileyo,+ ukuba ngimemezele inkululeko kulabo abathunjiwe+ nokuvulwa kakhulu kwamehlo ngisho naseziboshweni;+
16 Ngemva kokubhapathizwa, uJesu wakhuphuka masinyane emanzini; futhi, bheka! amazulu avuleka,+ wabona umoya kaNkulunkulu wehla njengejuba+ uza phezu kwakhe.+
38 okuyile, uJesu waseNazaretha, indlela uNkulunkulu amgcoba ngayo ngomoya ongcwele+ nangamandla, futhi wadabula izwe enza okuhle, ephulukisa bonke abacindezelwe uDeveli;+ ngoba uNkulunkulu wayenaye.+