IHubo 132:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Ngize ngitholele uJehova indawo,+Itabernakele elikhulu lonaMandla kaJakobe.”+ Isaya 1:24 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 24 Ngakho-ke yilokhu iNkosi yeqiniso, uJehova wamabutho, Onamandla ka-Israyeli,+ ekushoyo: “Nakho-ke! Ngizozikhulula kwabaphikisana nami, futhi ngizoziphindiselela+ ezitheni zami.+ Isaya 60:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Ngokuqinisekile uyoncela ubisi lwezizwe,+ uyoncela ibele lamakhosi;+ uyokwazi ngokuqinisekile ukuthi, mina, Jehova,+ nginguMsindisi wakho,+ futhi Onamandla+ kaJakobe nguye uMhlengi wakho.+
24 Ngakho-ke yilokhu iNkosi yeqiniso, uJehova wamabutho, Onamandla ka-Israyeli,+ ekushoyo: “Nakho-ke! Ngizozikhulula kwabaphikisana nami, futhi ngizoziphindiselela+ ezitheni zami.+
16 Ngokuqinisekile uyoncela ubisi lwezizwe,+ uyoncela ibele lamakhosi;+ uyokwazi ngokuqinisekile ukuthi, mina, Jehova,+ nginguMsindisi wakho,+ futhi Onamandla+ kaJakobe nguye uMhlengi wakho.+