Eksodusi 5:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Kamuva izikhulu+ zabantwana bakwa-Israyeli, lezo izinduna zomsebenzi zikaFaro ezazizimise phezu kwabo, zashaywa,+ izinduna zithi: “Kungani ningawuqedanga umsebenzi wenu eniwabelwe wokwenza izitini+ njengakuqala, kokubili izolo nanamuhla?”+ IHubo 137:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Ngoba labo ababesithumbile basicela lapho ukuba sisho amazwi engoma,+Nalabo ababesihleka insini—basicela amazwi enjabulo:+“Sihlabeleleleni enye yezingoma zaseZiyoni.”+ Jeremiya 50:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 “U-Israyeli uyizimvu ezihlakazekile.+ Izingonyama zimhlakazile.+ Esigigabeni sokuqala inkosi yase-Asiriya imshwabadelile,+ futhi kulesi sigigaba sakamuva uNebukhadirezari inkosi yaseBhabhiloni uququde amathambo akhe.+
14 Kamuva izikhulu+ zabantwana bakwa-Israyeli, lezo izinduna zomsebenzi zikaFaro ezazizimise phezu kwabo, zashaywa,+ izinduna zithi: “Kungani ningawuqedanga umsebenzi wenu eniwabelwe wokwenza izitini+ njengakuqala, kokubili izolo nanamuhla?”+
3 Ngoba labo ababesithumbile basicela lapho ukuba sisho amazwi engoma,+Nalabo ababesihleka insini—basicela amazwi enjabulo:+“Sihlabeleleleni enye yezingoma zaseZiyoni.”+
17 “U-Israyeli uyizimvu ezihlakazekile.+ Izingonyama zimhlakazile.+ Esigigabeni sokuqala inkosi yase-Asiriya imshwabadelile,+ futhi kulesi sigigaba sakamuva uNebukhadirezari inkosi yaseBhabhiloni uququde amathambo akhe.+