IHubo 113:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Ubangela owesifazane oyinyumba ukuba ahlale endlini+Njengomama ojabulayo wamadodana.+Dumisani uJah!+ Roma 11:26 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 26 futhi ngale ndlela wonke u-Israyeli+ uyosindiswa. Njengoba nje kulotshiwe: “Umkhululi uyovela eZiyoni,+ asuse kuJakobe imikhuba yokungamhloniphi uNkulunkulu.+ Galathiya 3:29 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 29 Ngaphezu kwalokho, uma ningabakaKristu, ngempela niyinzalo ka-Abrahama,+ izindlalifa ngokubhekiselwe esithembisweni.+ Galathiya 4:26 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 26 Kodwa iJerusalema+ eliphezulu likhululekile, futhi lingumama wethu.+ IsAmbulo 7:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Ngezwa isibalo salabo ababekwa uphawu, izinkulungwane eziyikhulu namashumi amane nane,+ ababekwa uphawu kuzo zonke izizwe+ zabantwana bakwa-Israyeli:+
9 Ubangela owesifazane oyinyumba ukuba ahlale endlini+Njengomama ojabulayo wamadodana.+Dumisani uJah!+
26 futhi ngale ndlela wonke u-Israyeli+ uyosindiswa. Njengoba nje kulotshiwe: “Umkhululi uyovela eZiyoni,+ asuse kuJakobe imikhuba yokungamhloniphi uNkulunkulu.+
29 Ngaphezu kwalokho, uma ningabakaKristu, ngempela niyinzalo ka-Abrahama,+ izindlalifa ngokubhekiselwe esithembisweni.+
4 Ngezwa isibalo salabo ababekwa uphawu, izinkulungwane eziyikhulu namashumi amane nane,+ ababekwa uphawu kuzo zonke izizwe+ zabantwana bakwa-Israyeli:+