IzAga 27:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Njengenyoni ebaleka esidlekeni sayo,+ unjalo umuntu obaleka endaweni yakhe.+ Isaya 13:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Njengensephe exoshwayo nanjengomhlambi wezimvu ongenamuntu owuqoqayo,+ bayophendukela yilowo nalowo kubantu bakubo; futhi bayobaleka yilowo nalowo aye ezweni lakubo.+ Jeremiya 48:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 “Yima ubheke indlela, wena wesifazane owakhe e-Aroweri.+ Buza endodeni ebalekayo nakowesifazane ophunyukayo. Thana, ‘Kuveleni?’+
14 Njengensephe exoshwayo nanjengomhlambi wezimvu ongenamuntu owuqoqayo,+ bayophendukela yilowo nalowo kubantu bakubo; futhi bayobaleka yilowo nalowo aye ezweni lakubo.+
19 “Yima ubheke indlela, wena wesifazane owakhe e-Aroweri.+ Buza endodeni ebalekayo nakowesifazane ophunyukayo. Thana, ‘Kuveleni?’+