7 Nalaba futhi—badukile ngenxa yewayini futhi baye bazulazula ngenxa yophuzo oludakayo. Umpristi nomprofethi+—badukile ngenxa yophuzo oludakayo, baphithene ngenxa yewayini, bazulazulile+ ngenxa yophuzo oludakayo; badukile ekuboneni kwabo, badiyazelile ngokuqondene nesinqumo.