Jeremiya 4:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 O amathumbu ami, amathumbu ami! Ngisezinhlungwini ezinzima ezindongeni zenhliziyo yami.+ Inhliziyo yami iyahlokoma ngaphakathi kimi.+ Angikwazi ukuthula, ngoba umphefumulo wami uzwé umsindo wophondo, inhlabamkhosi yempi.+ Jeremiya 18:22 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 22 Makuzwakale ukukhala ezindlini zabo, lapho uletha ngokuzumayo iviyo labaphangi phezu kwabo.+ Ngoba bagubhe umgodi ukuze bangibambe, futhi bafihlele izinyawo zami izicupho.+ Zefaniya 1:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 usuku lophondo nolwenhlabamkhosi,+ lumelene nemizi enezivikelo eziqinile nemibhoshongo ephakeme esemagumbini.+
19 O amathumbu ami, amathumbu ami! Ngisezinhlungwini ezinzima ezindongeni zenhliziyo yami.+ Inhliziyo yami iyahlokoma ngaphakathi kimi.+ Angikwazi ukuthula, ngoba umphefumulo wami uzwé umsindo wophondo, inhlabamkhosi yempi.+
22 Makuzwakale ukukhala ezindlini zabo, lapho uletha ngokuzumayo iviyo labaphangi phezu kwabo.+ Ngoba bagubhe umgodi ukuze bangibambe, futhi bafihlele izinyawo zami izicupho.+
16 usuku lophondo nolwenhlabamkhosi,+ lumelene nemizi enezivikelo eziqinile nemibhoshongo ephakeme esemagumbini.+