1 AmaKhosi 4:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 UJuda+ no-Israyeli bahlala ngokulondeka,+ wonke umuntu ngaphansi komvini wakhe nangaphansi komkhiwane wakhe,+ kusukela kwaDani kuya eBheri-sheba,+ zonke izinsuku zikaSolomoni. Hoseya 1:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Kodwa indlu yakwaJuda ngizoyibonisa isihe,+ futhi ngizoyisindisa ngoJehova uNkulunkulu wayo;+ kodwa ngeke ngiyisindise ngomnsalo noma ngenkemba noma ngempi, ngamahhashi noma ngezinkweli zamahhashi.”+ Zakariya 10:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Ngizokwenza indlu kaJuda iphakame, indlu kaJosefa ngizoyisindisa.+ Ngizobanika indawo yokuhlala, ngoba ngizobabonisa isihe;+ bazoba njengalabo engangingabalahlanga;+ ngoba nginguJehova uNkulunkulu wabo, ngizobaphendula.+
25 UJuda+ no-Israyeli bahlala ngokulondeka,+ wonke umuntu ngaphansi komvini wakhe nangaphansi komkhiwane wakhe,+ kusukela kwaDani kuya eBheri-sheba,+ zonke izinsuku zikaSolomoni.
7 Kodwa indlu yakwaJuda ngizoyibonisa isihe,+ futhi ngizoyisindisa ngoJehova uNkulunkulu wayo;+ kodwa ngeke ngiyisindise ngomnsalo noma ngenkemba noma ngempi, ngamahhashi noma ngezinkweli zamahhashi.”+
6 Ngizokwenza indlu kaJuda iphakame, indlu kaJosefa ngizoyisindisa.+ Ngizobanika indawo yokuhlala, ngoba ngizobabonisa isihe;+ bazoba njengalabo engangingabalahlanga;+ ngoba nginguJehova uNkulunkulu wabo, ngizobaphendula.+