Isaya 42:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 UJehova uyophuma njengendoda enamandla.+ Uyovusa intshiseko njengeqhawe.+ Uyomemeza, yebo, uyodedela ukukhamuluka kwempi;+ uyozibonisa enamandla ngaphezu kwezitha zakhe.+ Joweli 3:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 UJehova uyobhonga eseZiyoni, azwakalise izwi lakhe eseJerusalema.+ Ngokuqinisekile izulu nomhlaba kuyozamazama;+ kodwa uJehova uyoba yisiphephelo sabantu bakhe+ nenqaba yabantwana bakwa-Israyeli.+ Amose 1:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Wathi: “UJehova—uyobhonga eseZiyoni,+ azwakalise izwi lakhe eseJerusalema;+ amadlelo abelusi ayolila, nesiqongo seKarmeli some.’’+
13 UJehova uyophuma njengendoda enamandla.+ Uyovusa intshiseko njengeqhawe.+ Uyomemeza, yebo, uyodedela ukukhamuluka kwempi;+ uyozibonisa enamandla ngaphezu kwezitha zakhe.+
16 UJehova uyobhonga eseZiyoni, azwakalise izwi lakhe eseJerusalema.+ Ngokuqinisekile izulu nomhlaba kuyozamazama;+ kodwa uJehova uyoba yisiphephelo sabantu bakhe+ nenqaba yabantwana bakwa-Israyeli.+
2 Wathi: “UJehova—uyobhonga eseZiyoni,+ azwakalise izwi lakhe eseJerusalema;+ amadlelo abelusi ayolila, nesiqongo seKarmeli some.’’+