28 Kwathi-ke ngalowo nyaka, ekuqaleni kombuso kaZedekiya+ inkosi yakwaJuda, ngonyaka wesine, ngenyanga yesihlanu, uHananiya+ indodana ka-Azuri, umprofethi owayevela eGibheyoni,+ wathi kimi endlini kaJehova phambi kwamehlo abapristi nawabo bonke abantu: