Levitikusi 26:40 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 40 Ngokuqinisekile, bayosivuma isiphambeko sabo+ nesiphambeko soyise abasenzé ngokungathembeki lapho beziphatha ngokungathembeki kimi, yebo, ngisho nalapho behamba ngokumelene nami.+ 1 AmaKhosi 8:47 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 47 bese empeleni besanguluka ezweni abathunjwe bayiswa kulo,+ babuye+ bacele+ kuwe umusa ezweni labathumbi babo,+ bethi, ‘Sonile+ saphambuka,+ futhi senzé ngokukhohlakala’;+ Mathewu 7:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 “Qhubekani nicela,+ niyophiwa; qhubekani nifuna, niyothola; qhubekani ningqongqoza,+ niyovulelwa.
40 Ngokuqinisekile, bayosivuma isiphambeko sabo+ nesiphambeko soyise abasenzé ngokungathembeki lapho beziphatha ngokungathembeki kimi, yebo, ngisho nalapho behamba ngokumelene nami.+
47 bese empeleni besanguluka ezweni abathunjwe bayiswa kulo,+ babuye+ bacele+ kuwe umusa ezweni labathumbi babo,+ bethi, ‘Sonile+ saphambuka,+ futhi senzé ngokukhohlakala’;+