Duteronomi 28:53 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 53 Khona-ke kuyodingeka udle isithelo sesisu sakho, inyama yamadodana akho namadodakazi akho,+ uJehova uNkulunkulu wakho akuniké bona, ngenxa yobunzima nokucindezela isitha sakho esiyokucindezela ngakho. 2 AmaKhosi 25:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Ngosuku lwesishiyagalolunye+ lwenyanga yesine indlala+ yayinzima emzini, futhi abantu bezwe babengenaso isinkwa.+ Jeremiya 38:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 “O nkosi yami nkosi, la madoda enzé into embi kukho konke akwenzile kuJeremiya umprofethi, amphonsé emthonjeni, kangangokuba uzofa+ lapho ekhona ngenxa yendlala.+ Ngoba akusekho sinkwa emzini.”
53 Khona-ke kuyodingeka udle isithelo sesisu sakho, inyama yamadodana akho namadodakazi akho,+ uJehova uNkulunkulu wakho akuniké bona, ngenxa yobunzima nokucindezela isitha sakho esiyokucindezela ngakho.
3 Ngosuku lwesishiyagalolunye+ lwenyanga yesine indlala+ yayinzima emzini, futhi abantu bezwe babengenaso isinkwa.+
9 “O nkosi yami nkosi, la madoda enzé into embi kukho konke akwenzile kuJeremiya umprofethi, amphonsé emthonjeni, kangangokuba uzofa+ lapho ekhona ngenxa yendlala.+ Ngoba akusekho sinkwa emzini.”