AbaHluleli 18:29 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 29 Ngaphezu kwalokho, babiza lo muzi ngokuthi kukwaDani ngegama likayise, uDani,+ owayezalwa ngu-Israyeli.+ Nokho, ekuqaleni+ igama lalo muzi kwakuyiLayishi. AbaHluleli 20:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 Ngenxa yalokho bonke abantwana bakwa-Israyeli baphuma+ futhi inhlangano yabuthanela kuJehova eMispa+ njengokungathi umuntu oyedwa,+ kusukela kwaDani+ kuze kube seBheri-sheba+ nasezweni lakwaGileyadi.+ Jeremiya 8:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 KwaDani+ kuye kwezwakala ukuthimula kwamahhashi akhe. Ngenxa yomsindo wokukhala kwezinkunzi zamahhashi akhe lonke izwe liqalé ukuzamazama.+ Ayangena futhi adla lonke izwe nalokho okuligcwalisile, umuzi nabakhileyo kuwo.”
29 Ngaphezu kwalokho, babiza lo muzi ngokuthi kukwaDani ngegama likayise, uDani,+ owayezalwa ngu-Israyeli.+ Nokho, ekuqaleni+ igama lalo muzi kwakuyiLayishi.
20 Ngenxa yalokho bonke abantwana bakwa-Israyeli baphuma+ futhi inhlangano yabuthanela kuJehova eMispa+ njengokungathi umuntu oyedwa,+ kusukela kwaDani+ kuze kube seBheri-sheba+ nasezweni lakwaGileyadi.+
16 KwaDani+ kuye kwezwakala ukuthimula kwamahhashi akhe. Ngenxa yomsindo wokukhala kwezinkunzi zamahhashi akhe lonke izwe liqalé ukuzamazama.+ Ayangena futhi adla lonke izwe nalokho okuligcwalisile, umuzi nabakhileyo kuwo.”