Jeremiya 25:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 uFaro inkosi yaseGibhithe nezinceku zakhe nezikhulu zakhe nabo bonke abantu bakhe;+ Jeremiya 46:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 NgeGibhithe,+ ngokuphathelene nebutho lempi likaFaro Nekho inkosi yaseGibhithe,+ owayengasemfuleni i-Ewufrathe eKharikemishi,+ uNebukhadirezari inkosi yaseBhabhiloni eyamhlula ngonyaka wesine kaJehoyakimi+ indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda: Jeremiya 46:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Leli yizwi uJehova alikhuluma kuJeremiya umprofethi ngokuqondene nokuza kukaNebukhadirezari inkosi yaseBhabhiloni ukuzoshaya izwe laseGibhithe:+ Hezekeli 29:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 “Ngakho-ke yilokhu iNkosi EnguMbusi uJehova ekushilo, ‘Bheka nginika uNebukhadirezari inkosi yaseBhabhiloni izwe laseGibhithe,+ uzomuka nomcebo walo awuphange+ ngokuphanga okukhulu; uzoba yinkokhelo yebutho lakhe lempi.’ Hezekeli 30:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Ngokuqinisekile kuyongena inkemba eGibhithe,+ futhi kuyoba khona ubuhlungu obunzima eTopiya lapho umuntu ewa ebulewe eGibhithe futhi bewuthatha impela umcebo walo nezisekelo zalo zidilizwa.+ Hezekeli 30:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 Empeleni usuku luyoba mnyama eThehafinehesi,+ lapho ngiphula kuleyo ndawo imigoqo yejoka laseGibhithe.+ Ukuziqhenya ngamandla alo kuyokwenziwa kuphele kulo.+ Lona liyokwembozwa ngamafu,+ imizana yalo engaphansi iyoya ekuthunjweni.+
2 NgeGibhithe,+ ngokuphathelene nebutho lempi likaFaro Nekho inkosi yaseGibhithe,+ owayengasemfuleni i-Ewufrathe eKharikemishi,+ uNebukhadirezari inkosi yaseBhabhiloni eyamhlula ngonyaka wesine kaJehoyakimi+ indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda:
13 Leli yizwi uJehova alikhuluma kuJeremiya umprofethi ngokuqondene nokuza kukaNebukhadirezari inkosi yaseBhabhiloni ukuzoshaya izwe laseGibhithe:+
19 “Ngakho-ke yilokhu iNkosi EnguMbusi uJehova ekushilo, ‘Bheka nginika uNebukhadirezari inkosi yaseBhabhiloni izwe laseGibhithe,+ uzomuka nomcebo walo awuphange+ ngokuphanga okukhulu; uzoba yinkokhelo yebutho lakhe lempi.’
4 Ngokuqinisekile kuyongena inkemba eGibhithe,+ futhi kuyoba khona ubuhlungu obunzima eTopiya lapho umuntu ewa ebulewe eGibhithe futhi bewuthatha impela umcebo walo nezisekelo zalo zidilizwa.+
18 Empeleni usuku luyoba mnyama eThehafinehesi,+ lapho ngiphula kuleyo ndawo imigoqo yejoka laseGibhithe.+ Ukuziqhenya ngamandla alo kuyokwenziwa kuphele kulo.+ Lona liyokwembozwa ngamafu,+ imizana yalo engaphansi iyoya ekuthunjweni.+