Isaya 57:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 “Isabelo sakho sasikanye namatshe abushelelezi asesigodini sesifufula.+ Wona—wona ayeyinkatho yakho.+ Ngaphezu kwalokho, uye wawathululela umnikelo wokuphuzwayo,+ wanikela isipho. Ingabe kufanele ngiziduduze ngalezi zinto?+ Jeremiya 7:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 Amadodana atheza izinkuni, oyise babasa umlilo, abafazi baxova inhlama kafulawa ukuze benzele ‘indlovukazi yezulu’ amaqebelengwane omhlatshelo;+ futhi kuthululelwa abanye onkulunkulu iminikelo yokuphuzwayo+ ngenjongo yokungicasula.+
6 “Isabelo sakho sasikanye namatshe abushelelezi asesigodini sesifufula.+ Wona—wona ayeyinkatho yakho.+ Ngaphezu kwalokho, uye wawathululela umnikelo wokuphuzwayo,+ wanikela isipho. Ingabe kufanele ngiziduduze ngalezi zinto?+
18 Amadodana atheza izinkuni, oyise babasa umlilo, abafazi baxova inhlama kafulawa ukuze benzele ‘indlovukazi yezulu’ amaqebelengwane omhlatshelo;+ futhi kuthululelwa abanye onkulunkulu iminikelo yokuphuzwayo+ ngenjongo yokungicasula.+