Numeri 21:23 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 23 USihoni akamvumelanga u-Israyeli ukuba adabule endaweni yakhe,+ kunalokho uSihoni wabutha bonke abantu bakhe waphuma ukuba ahlangabezane no-Israyeli ehlane, wafika eJahazi+ waqala ukulwa no-Israyeli. AbaHluleli 11:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 USihoni wazizwa engaqiniseki ngokunqamula kuka-Israyeli endaweni yakhe, futhi uSihoni wabuthela bonke abantu bakhe ndawonye wakanisa eJahazi+ walwa no-Israyeli.+ Isaya 15:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 IHeshibhoni ne-Eliyale+ ayakhamuluka. Izwi lawo lizwakele kwaze kwaba seJahazi.+ Yingakho amadoda ahlomile akwaMowabi elokhu ememeza. Umphefumulo wakhe uqobo uye wavevezela ngaphakathi kuye.
23 USihoni akamvumelanga u-Israyeli ukuba adabule endaweni yakhe,+ kunalokho uSihoni wabutha bonke abantu bakhe waphuma ukuba ahlangabezane no-Israyeli ehlane, wafika eJahazi+ waqala ukulwa no-Israyeli.
20 USihoni wazizwa engaqiniseki ngokunqamula kuka-Israyeli endaweni yakhe, futhi uSihoni wabuthela bonke abantu bakhe ndawonye wakanisa eJahazi+ walwa no-Israyeli.+
4 IHeshibhoni ne-Eliyale+ ayakhamuluka. Izwi lawo lizwakele kwaze kwaba seJahazi.+ Yingakho amadoda ahlomile akwaMowabi elokhu ememeza. Umphefumulo wakhe uqobo uye wavevezela ngaphakathi kuye.