2 AmaKhosi 24:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 Kwenzeka eJerusalema nakwaJuda ngenxa yentukuthelo+ kaJehova kwaze kwaba yilapho esebalahlile basuka phambi kwakhe.+ UZedekiya wadlubulunda enkosini yaseBhabhiloni.+ 2 IziKronike 36:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Wadlubulunda ngisho naseNkosini uNebukhadinezari,+ eyayimfungise uNkulunkulu;+ waqhubeka eqinisa+ intamo futhi eyenza lukhuni+ inhliziyo yakhe ukuze angabuyeli kuJehova uNkulunkulu ka-Israyeli. Hezekeli 17:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 Kodwa ekugcineni wadlubulunda+ kuyo ngokuthumela izithunywa zakhe eGibhithe, ukuba limnike amahhashi+ noquqaba lwabantu. Ingabe uyophumelela? Ingabe uyophunyuka, yena owenza lezi zinto, futhi owephule isivumelwano? Ingabe empeleni uyophunyuka?’+
20 Kwenzeka eJerusalema nakwaJuda ngenxa yentukuthelo+ kaJehova kwaze kwaba yilapho esebalahlile basuka phambi kwakhe.+ UZedekiya wadlubulunda enkosini yaseBhabhiloni.+
13 Wadlubulunda ngisho naseNkosini uNebukhadinezari,+ eyayimfungise uNkulunkulu;+ waqhubeka eqinisa+ intamo futhi eyenza lukhuni+ inhliziyo yakhe ukuze angabuyeli kuJehova uNkulunkulu ka-Israyeli.
15 Kodwa ekugcineni wadlubulunda+ kuyo ngokuthumela izithunywa zakhe eGibhithe, ukuba limnike amahhashi+ noquqaba lwabantu. Ingabe uyophumelela? Ingabe uyophunyuka, yena owenza lezi zinto, futhi owephule isivumelwano? Ingabe empeleni uyophunyuka?’+