Genesise 28:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 Bheka nginawe futhi ngizokugcina kuyo yonke indlela oyihambayo futhi ngiyokubuyisela kuleli zwe,+ ngoba ngeke ngikushiye kuze kube yilapho sengikwenzile konke engikukhulume kuwe.”+ Eksodusi 3:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Wathi: “Yingoba ngizoba nawe,+ futhi yilesi isibonakaliso kuwe sokuthi yimi engikuthumile:+ Ngemva kokuba usubakhiphile abantu eGibhithe, niyokhonza uNkulunkulu weqiniso kule ntaba.”+ Joshuwa 1:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Akekho oyokuma aqine phambi kwakho zonke izinsuku zokuphila kwakho.+ Ngizoba nawe njengoba nje ngaba noMose.+ Ngeke ngikulahle noma ngikushiye ngokuphelele.+
15 Bheka nginawe futhi ngizokugcina kuyo yonke indlela oyihambayo futhi ngiyokubuyisela kuleli zwe,+ ngoba ngeke ngikushiye kuze kube yilapho sengikwenzile konke engikukhulume kuwe.”+
12 Wathi: “Yingoba ngizoba nawe,+ futhi yilesi isibonakaliso kuwe sokuthi yimi engikuthumile:+ Ngemva kokuba usubakhiphile abantu eGibhithe, niyokhonza uNkulunkulu weqiniso kule ntaba.”+
5 Akekho oyokuma aqine phambi kwakho zonke izinsuku zokuphila kwakho.+ Ngizoba nawe njengoba nje ngaba noMose.+ Ngeke ngikulahle noma ngikushiye ngokuphelele.+