IsiLilo 1:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Ukhala ungathuli ubusuku bonke,+ izinyembezi zawo zisezihlathini zawo.+Awunaye umuntu wokuwududuza phakathi kwabo bonke abantu obathandayo.+Bonke abangane bawo basebenzelané nawo ngokukhohlisa.+ Babé yizitha kuwo.+ IsiLilo 1:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Ngiyakhala njengowesifazane ngenxa yalezi zinto.+ Iso lami, iso lami ligeleza amanzi.+Ngoba umduduzi ube kude nami, umuntu wokuqabula umphefumulo wami.Amadodana ami enziwe incithakalo,+ ngoba isitha siziphakamisile.+ Amose 5:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 “Ngakho-ke yilokhu uJehova uNkulunkulu wamabutho, uJehova, akushilo, ‘Kuzo zonke izigcawu kuyoba khona ukubangalasa,+ futhi kuzo zonke izitaladi abantu bayobe bethi: “Awu! Awu!” Kuyodingeka babizele umlimi ekulileni,+ nasekubangalaseni labo abakwaziyo ukulila.’+ Luka 7:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Njengoba esondela eduze kwesango lomuzi, bheka! kwakuthwelwe umuntu ofile+ kuphunywa naye, indodana ezelwe yodwa+ kunina. Ngaphandle kwalokho, wayengumfelokazi. Isixuku esikhulu esivela emzini naso sasinaye.
2 Ukhala ungathuli ubusuku bonke,+ izinyembezi zawo zisezihlathini zawo.+Awunaye umuntu wokuwududuza phakathi kwabo bonke abantu obathandayo.+Bonke abangane bawo basebenzelané nawo ngokukhohlisa.+ Babé yizitha kuwo.+
16 Ngiyakhala njengowesifazane ngenxa yalezi zinto.+ Iso lami, iso lami ligeleza amanzi.+Ngoba umduduzi ube kude nami, umuntu wokuqabula umphefumulo wami.Amadodana ami enziwe incithakalo,+ ngoba isitha siziphakamisile.+
16 “Ngakho-ke yilokhu uJehova uNkulunkulu wamabutho, uJehova, akushilo, ‘Kuzo zonke izigcawu kuyoba khona ukubangalasa,+ futhi kuzo zonke izitaladi abantu bayobe bethi: “Awu! Awu!” Kuyodingeka babizele umlimi ekulileni,+ nasekubangalaseni labo abakwaziyo ukulila.’+
12 Njengoba esondela eduze kwesango lomuzi, bheka! kwakuthwelwe umuntu ofile+ kuphunywa naye, indodana ezelwe yodwa+ kunina. Ngaphandle kwalokho, wayengumfelokazi. Isixuku esikhulu esivela emzini naso sasinaye.