Eksodusi 24:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Khona-ke uMose weza walandisa abantu wonke amazwi kaJehova nazo zonke izinqumo zokwahlulela,+ bonke abantu baphendula ngazwi linye bathi: “Wonke amazwi uJehova awakhulumile sizimisele ukuwenza.”+ Hezekeli 20:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Ngalolo suku ngaphakamisa isandla sami+ ngifunga kubo ukubakhipha ezweni laseGibhithe ngibayise ezweni engangibahlolele lona, eligeleza ubisi noju lwezinyosi.+ Laliwumhlobiso wawo wonke amazwe.+
3 Khona-ke uMose weza walandisa abantu wonke amazwi kaJehova nazo zonke izinqumo zokwahlulela,+ bonke abantu baphendula ngazwi linye bathi: “Wonke amazwi uJehova awakhulumile sizimisele ukuwenza.”+
6 Ngalolo suku ngaphakamisa isandla sami+ ngifunga kubo ukubakhipha ezweni laseGibhithe ngibayise ezweni engangibahlolele lona, eligeleza ubisi noju lwezinyosi.+ Laliwumhlobiso wawo wonke amazwe.+