Isaya 58:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 58 “Memeza ngalo lonke iphimbo; ungaligodli.+ Phakamisa izwi lakho njengophondo, utshele abantu bami ukuvukela kwabo,+ indlu kaJakobe izono zayo. Jeremiya 23:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Nakubaprofethi baseJerusalema ngiboné izinto ezinyantisayo,+ ukuphinga+ nokuhamba ngamanga;+ baqinisé izandla zabenzi bokubi ukuze bangabuyi,+ yilowo nalowo ebubini bakhe. Kimi bonke banjengeSodoma,+ futhi abakhileyo kulo banjengeGomora.”+
58 “Memeza ngalo lonke iphimbo; ungaligodli.+ Phakamisa izwi lakho njengophondo, utshele abantu bami ukuvukela kwabo,+ indlu kaJakobe izono zayo.
14 Nakubaprofethi baseJerusalema ngiboné izinto ezinyantisayo,+ ukuphinga+ nokuhamba ngamanga;+ baqinisé izandla zabenzi bokubi ukuze bangabuyi,+ yilowo nalowo ebubini bakhe. Kimi bonke banjengeSodoma,+ futhi abakhileyo kulo banjengeGomora.”+