Duteronomi 12:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Kufanele nizibhubhise ngokuphelele+ zonke izindawo izizwe eniziphuca ifa eziye zakhonzela kuzo onkulunkulu bazo, ezintabeni eziphakeme nasemagqumeni nangaphansi kwayo yonke imithi ekhephuzelayo.+ 1 AmaKhosi 14:23 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 23 Naye futhi wazakhela izindawo eziphakeme+ nezinsika ezingcwele+ nezigxobo ezingcwele+ phezu kwawo wonke amagquma aphakeme+ nangaphansi kwayo yonke imithi ekhephuzelayo.+ Isaya 65:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 ngenxa yeziphambeko zabo nangenxa yeziphambeko zokhokho babo ngasikhathi sinye,”+ kusho uJehova. “Ngenxa yokuthi benze umusi womhlatshelo ezintabeni, bangihlambalaza+ nasemagqumeni,+ nami ngiyolinganisa inkokhelo yabo esifubeni sabo kuqala.”+ Jeremiya 2:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 “‘Ngoba ngaliphihliza kudala ijoka lakho laba yizicucu;+ ngagqabula imichilo yakho. Kodwa wathi: “Ngeke ngikhonze,” ngoba wawulala uzeneke+ kuwo wonke amagquma aphakeme nangaphansi kwayo yonke imithi ekhephuzelayo,+ ufeba.+
2 Kufanele nizibhubhise ngokuphelele+ zonke izindawo izizwe eniziphuca ifa eziye zakhonzela kuzo onkulunkulu bazo, ezintabeni eziphakeme nasemagqumeni nangaphansi kwayo yonke imithi ekhephuzelayo.+
23 Naye futhi wazakhela izindawo eziphakeme+ nezinsika ezingcwele+ nezigxobo ezingcwele+ phezu kwawo wonke amagquma aphakeme+ nangaphansi kwayo yonke imithi ekhephuzelayo.+
7 ngenxa yeziphambeko zabo nangenxa yeziphambeko zokhokho babo ngasikhathi sinye,”+ kusho uJehova. “Ngenxa yokuthi benze umusi womhlatshelo ezintabeni, bangihlambalaza+ nasemagqumeni,+ nami ngiyolinganisa inkokhelo yabo esifubeni sabo kuqala.”+
20 “‘Ngoba ngaliphihliza kudala ijoka lakho laba yizicucu;+ ngagqabula imichilo yakho. Kodwa wathi: “Ngeke ngikhonze,” ngoba wawulala uzeneke+ kuwo wonke amagquma aphakeme nangaphansi kwayo yonke imithi ekhephuzelayo,+ ufeba.+