13 Ngokuqinisekile intukuthelo yami iyopheleliswa+ futhi ngiyobhodlela ukufutheka kwami phezu kwabo+ ngiziduduze;+ futhi bayokwazi ukuthi mina, Jehova, ngikhulumile ekuphikeleleni kwami ngifuna ukuzinikela kimi kuphela,+ lapho ngiphelelisa ukufutheka kwami phezu kwabo.