Genesise 9:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Noma ngubani ochitha igazi lomuntu, nelakhe igazi liyochithwa umuntu,+ ngoba uNkulunkulu wenza umuntu ngomfanekiso wakhe. 2 AmaKhosi 21:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Kwaba khona futhi negazi eliningi kakhulu elingenacala uManase alichitha,+ kwaze kwaba yilapho eseligcwalisile iJerusalema kusukela komunye umkhawulo kuya komunye, ngaphandle kwesono sakhe onisa ngaso uJuda ngokwenza okubi emehlweni kaJehova.+ IHubo 106:38 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 38 Ngakho baqhubeka bechitha igazi elingenacala,+Igazi lamadodana abo namadodakazi abo,Ababewahlabela izithombe zaseKhanani;+Izwe langcoliswa ukuchithwa kwegazi.+ Hezekeli 23:37 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 37 Ngoba baphingile+ futhi kukhona igazi ezandleni zabo,+ baphinge nezithombe zabo ezinjengendle.+ Futhi, ngaphandle kwalokho, amadodana abo ababengizalele wona bawadabulise emlilweni njengokudla kuzo.+
6 Noma ngubani ochitha igazi lomuntu, nelakhe igazi liyochithwa umuntu,+ ngoba uNkulunkulu wenza umuntu ngomfanekiso wakhe.
16 Kwaba khona futhi negazi eliningi kakhulu elingenacala uManase alichitha,+ kwaze kwaba yilapho eseligcwalisile iJerusalema kusukela komunye umkhawulo kuya komunye, ngaphandle kwesono sakhe onisa ngaso uJuda ngokwenza okubi emehlweni kaJehova.+
38 Ngakho baqhubeka bechitha igazi elingenacala,+Igazi lamadodana abo namadodakazi abo,Ababewahlabela izithombe zaseKhanani;+Izwe langcoliswa ukuchithwa kwegazi.+
37 Ngoba baphingile+ futhi kukhona igazi ezandleni zabo,+ baphinge nezithombe zabo ezinjengendle.+ Futhi, ngaphandle kwalokho, amadodana abo ababengizalele wona bawadabulise emlilweni njengokudla kuzo.+