16 Ngiyobangela ukuba kuzamazame izizwe ngenxa yomsindo wokuwa kwawo lapho ngiwehlisela eShiyoli kanye nalabo abehlela phansi egodini,+ futhi ezweni eliphansi, yonke imithi yase-Edene,+ eyekhethelo isibili nemihle kunayo yonke yaseLebhanoni, yonke ephuza amanzi, iyoduduzeka.+