Isaya 38:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Njengehlolamvula, iphothwe, kanjalo ngilokhu ngitshiyoza;+Ngilokhu ngivukutha njengejuba.+Amehlo ami abheke ngokuyetha endaweni ephakeme:+‘O Jehova, ngingaphansi kokucindezeleka. Yima kanye nami.’+ Isaya 59:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Siyaqhubeka sibubula, sonke ngothi lwethu, njengamabhere; futhi njengamajuba siqhubeka sivukutha ngokulila.+ Sasilokhu sethembe ukuthola ubulungisa,+ kodwa babungekho; ukuthola insindiso, kodwa iye yahlala ikude nathi.+ Nahume 2:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Futhi kumisiwe; wembuliwe; ngokuqinisekile uyothwalwa,+ futhi izincekukazi zakhe ziyobe zigquma, njengomsindo wamajuba,+ zishaya izinhliziyo zawo ngokuphindaphindiwe.+
14 Njengehlolamvula, iphothwe, kanjalo ngilokhu ngitshiyoza;+Ngilokhu ngivukutha njengejuba.+Amehlo ami abheke ngokuyetha endaweni ephakeme:+‘O Jehova, ngingaphansi kokucindezeleka. Yima kanye nami.’+
11 Siyaqhubeka sibubula, sonke ngothi lwethu, njengamabhere; futhi njengamajuba siqhubeka sivukutha ngokulila.+ Sasilokhu sethembe ukuthola ubulungisa,+ kodwa babungekho; ukuthola insindiso, kodwa iye yahlala ikude nathi.+
7 Futhi kumisiwe; wembuliwe; ngokuqinisekile uyothwalwa,+ futhi izincekukazi zakhe ziyobe zigquma, njengomsindo wamajuba,+ zishaya izinhliziyo zawo ngokuphindaphindiwe.+