Duteronomi 28:29 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 29 Impela uyophumputha emini bebade, njengoba nje impumputhe iphumputha esigayegayeni,+ futhi ngeke wenze izindlela zakho ziphumelele; futhi kumelwe ube umuntu ophanjwayo nophangwayo kuphela ngaso sonke isikhathi, kungekho muntu wokukusindisa.+ 2 IziKronike 36:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 Yashisa indlu kaNkulunkulu weqiniso+ futhi yadiliza udonga+ lwaseJerusalema; yonke imibhoshongo yalo yokuhlala bayishisa ngomlilo nazo zonke izinto zalo ezifiselekayo,+ ukuze babangele incithakalo.+ IsiLilo 1:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Ophikisana nalo welulele isandla sakhe kuzo zonke izinto zalo ezifiselekayo.+Ngoba libone izizwe eziye zangena endlini yalo engcwele,+Owayala ukuthi akufanele zingene ebandleni lakho.
29 Impela uyophumputha emini bebade, njengoba nje impumputhe iphumputha esigayegayeni,+ futhi ngeke wenze izindlela zakho ziphumelele; futhi kumelwe ube umuntu ophanjwayo nophangwayo kuphela ngaso sonke isikhathi, kungekho muntu wokukusindisa.+
19 Yashisa indlu kaNkulunkulu weqiniso+ futhi yadiliza udonga+ lwaseJerusalema; yonke imibhoshongo yalo yokuhlala bayishisa ngomlilo nazo zonke izinto zalo ezifiselekayo,+ ukuze babangele incithakalo.+
10 Ophikisana nalo welulele isandla sakhe kuzo zonke izinto zalo ezifiselekayo.+Ngoba libone izizwe eziye zangena endlini yalo engcwele,+Owayala ukuthi akufanele zingene ebandleni lakho.