Levitikusi 26:33 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 33 Nina ngiyonihlakaza phakathi kwezizwe,+ ngihoshe inkemba emgodleni nginilandele;+ izwe lenu liyoba incithakalo,+ nemizi yenu iyoba incithakalo engenalutho. Jeremiya 42:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 yona kanye inkemba eniyesabayo iyonifica lapho ezweni laseGibhithe,+ nayo kanye indlala eniyethukelayo iyonijoja eduze kuze kube seGibhithe;+ niyofela khona.+
33 Nina ngiyonihlakaza phakathi kwezizwe,+ ngihoshe inkemba emgodleni nginilandele;+ izwe lenu liyoba incithakalo,+ nemizi yenu iyoba incithakalo engenalutho.
16 yona kanye inkemba eniyesabayo iyonifica lapho ezweni laseGibhithe,+ nayo kanye indlala eniyethukelayo iyonijoja eduze kuze kube seGibhithe;+ niyofela khona.+