2 AmaKhosi 23:34 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 34 Ngaphezu kwalokho, uFaro Nekho wenza u-Eliyakimi+ indodana kaJosiya waba yinkosi esikhundleni sikaJosiya uyise, washintsha igama lakhe laba nguJehoyakimi; uJehowahazi wamthatha wabe esemyisa eGibhithe, lapho afela khona ekugcineni.+ Isaya 30:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 lawo aphumayo ukuba ehlele eGibhithe+ kodwa angazange abuze okuphuma emlonyeni wami,+ ukuba ayokhosela esiphephelweni sikaFaro futhi aphephele emthunzini weGibhithe!+ Isaya 30:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Isiphephelo sikaFaro siyoba yisizathu sokuba namahloni kini,+ futhi isiphephelo emthunzini weGibhithe sibe yimbangela yokuhlazeka.+ Jeremiya 2:36 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 36 Kungani ukubheka njengokungelutho impela ukushintsha kwendlela yakho?+ Uyoba namahloni nangeGibhithe futhi,+ njengoba nje waba namahloni nge-Asiriya.+ IsiLilo 5:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Siniké iGibhithe+ isandla;+ sanika ne-Asiriya,+ ukuze sithole ukwaneliseka ngesinkwa. Hezekeli 20:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Ngaqhubeka ngathi kubo, ‘Yilowo nalowo makalahle izinto ezinengekayo zamehlo akhe,+ futhi ningazingcolisi ngezithombe zaseGibhithe ezinjengendle.+ NginguJehova uNkulunkulu wenu.’+
34 Ngaphezu kwalokho, uFaro Nekho wenza u-Eliyakimi+ indodana kaJosiya waba yinkosi esikhundleni sikaJosiya uyise, washintsha igama lakhe laba nguJehoyakimi; uJehowahazi wamthatha wabe esemyisa eGibhithe, lapho afela khona ekugcineni.+
2 lawo aphumayo ukuba ehlele eGibhithe+ kodwa angazange abuze okuphuma emlonyeni wami,+ ukuba ayokhosela esiphephelweni sikaFaro futhi aphephele emthunzini weGibhithe!+
3 Isiphephelo sikaFaro siyoba yisizathu sokuba namahloni kini,+ futhi isiphephelo emthunzini weGibhithe sibe yimbangela yokuhlazeka.+
36 Kungani ukubheka njengokungelutho impela ukushintsha kwendlela yakho?+ Uyoba namahloni nangeGibhithe futhi,+ njengoba nje waba namahloni nge-Asiriya.+
7 Ngaqhubeka ngathi kubo, ‘Yilowo nalowo makalahle izinto ezinengekayo zamehlo akhe,+ futhi ningazingcolisi ngezithombe zaseGibhithe ezinjengendle.+ NginguJehova uNkulunkulu wenu.’+