IHubo 10:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 UJehova uyiNkosi kuze kube nini nanini, yebo kuze kube phakade.+Izizwe zishabalele emhlabeni wakhe.+ IHubo 29:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 UJehova uhlezi phezu kukazamcolo;+UJehova uhlezi njengenkosi kuze kube nini nanini.+ IHubo 66:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Ubusa ngamandla akhe kuze kube nini nanini.+Amehlo akhe ahlala eqaphe izizwe.+Labo abanenkani, mabangaziphakamisi.+ Sela. IHubo 90:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Zingakazalwa izintaba,+Ungakawuvezi umhlaba+ nezwe elikhiqizayo+ njengokungathi ngemihelo,Yebo, kusukela nini nanini kuze kube nini nanini wena unguNkulunkulu.+ Jeremiya 10:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Kodwa uJehova unguNkulunkulu ngeqiniso.+ UnguNkulunkulu ophilayo+ neNkosi kuze kube nini nanini.+ Ngenxa yentukuthelo yakhe umhlaba uyozamazama,+ futhi azikho izizwe eziyokwazi ukukuthwala ukulahla kwakhe.+
16 UJehova uyiNkosi kuze kube nini nanini, yebo kuze kube phakade.+Izizwe zishabalele emhlabeni wakhe.+
7 Ubusa ngamandla akhe kuze kube nini nanini.+Amehlo akhe ahlala eqaphe izizwe.+Labo abanenkani, mabangaziphakamisi.+ Sela.
2 Zingakazalwa izintaba,+Ungakawuvezi umhlaba+ nezwe elikhiqizayo+ njengokungathi ngemihelo,Yebo, kusukela nini nanini kuze kube nini nanini wena unguNkulunkulu.+
10 Kodwa uJehova unguNkulunkulu ngeqiniso.+ UnguNkulunkulu ophilayo+ neNkosi kuze kube nini nanini.+ Ngenxa yentukuthelo yakhe umhlaba uyozamazama,+ futhi azikho izizwe eziyokwazi ukukuthwala ukulahla kwakhe.+