Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 75:7
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    •  7 Ngoba uNkulunkulu ungumahluleli.+

      Lona uyamehlisa, lowaya amphakamise.+

  • IHubo 89:36
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 36 Inzalo yakhe iyohlala kuze kube nini nanini,+

      Nesihlalo sakhe sobukhosi siyohlala njengelanga phambi kwami.+

  • Mathewu 25:31
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 31 “Lapho iNdodana yomuntu+ ifika enkazimulweni yayo, nazo zonke izingelosi kanye nayo,+ khona-ke iyohlala phansi esihlalweni sayo sobukhosi esikhazimulayo.+

  • Luka 1:32
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 32 Iyoba umuntu omkhulu+ ibizwe ngokuthi yiNdodana YoPhezukonke;+ uJehova uNkulunkulu uyoyinika isihlalo sobukhosi+ sikaDavide uyise,+

  • Luka 1:33
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 33 futhi iyobusa njengenkosi phezu kwendlu kaJakobe kuze kube phakade, nombuso wayo ngeke uphele.”+

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela