Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IzAga 16:6
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 6 Isiphambeko sihlawulelwa ngomusa wothando nangeqiniso,+ futhi ngokwesaba uJehova umuntu uyakufulathela okubi.+

  • IzAga 28:13
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 13 Omboza izeqo zakhe ngeke aphumelele,+ kodwa ozivumayo azishiye uyoboniswa isihe.+

  • Isaya 55:7
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 7 Umuntu omubi makashiye indlela yakhe,+ nomuntu olimazayo imicabango yakhe;+ makabuyele kuJehova, oyoba nesihe kuye,+ nakuNkulunkulu wethu, ngoba uyothethelela ngendlela enkulu.+

  • Hezekeli 18:21
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 21 “‘Manje ngokuqondene nomubi, uma kwenzeka ebuya kuzo zonke izono zakhe azenzile+ futhi ezigcina zonke izimiso zami, enza ubulungisa nokulunga,+ nakanjani uyoqhubeka ephila. Ngeke afe.+

  • Mathewu 3:8
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 8 Ngakho-ke thelani izithelo ezifanela ukuphenduka;+

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela