Roma 3:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 UNkulunkulu wammisa njengomnikelo wokuhlawulela+ ngokholo egazini lakhe.+ Lokhu kwakungenjongo yokuba abonise ukulunga kwakhe siqu, ngoba wayethethelela izono+ ezenzeka esikhathini esidlule ngesikhathi uNkulunkulu ebonisa unembe;+ 2 Korinte 5:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 ewukuthi, uNkulunkulu ngoKristu+ wayenza izwe+ libuyisane naye,+ engalibaleli iziphambeko zalo,+ futhi uliphathise thina izwi+ lokubuyisana.+ 1 Johane 2:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Ungumhlatshelo+ oyisihlawulelo+ wezono zethu,+ nokho kungezona ezethu+ kuphela kodwa nezalo lonke izwe.+ 1 Johane 4:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Uthando lukulesi sici, akukhona ukuthi thina siye samthanda uNkulunkulu, kodwa ukuthi yena wasithanda futhi wathumela iNdodana yakhe njengomhlatshelo+ oyisihlawulelo+ wezono zethu.+
25 UNkulunkulu wammisa njengomnikelo wokuhlawulela+ ngokholo egazini lakhe.+ Lokhu kwakungenjongo yokuba abonise ukulunga kwakhe siqu, ngoba wayethethelela izono+ ezenzeka esikhathini esidlule ngesikhathi uNkulunkulu ebonisa unembe;+
19 ewukuthi, uNkulunkulu ngoKristu+ wayenza izwe+ libuyisane naye,+ engalibaleli iziphambeko zalo,+ futhi uliphathise thina izwi+ lokubuyisana.+
2 Ungumhlatshelo+ oyisihlawulelo+ wezono zethu,+ nokho kungezona ezethu+ kuphela kodwa nezalo lonke izwe.+
10 Uthando lukulesi sici, akukhona ukuthi thina siye samthanda uNkulunkulu, kodwa ukuthi yena wasithanda futhi wathumela iNdodana yakhe njengomhlatshelo+ oyisihlawulelo+ wezono zethu.+