Genesise 40:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Khona-ke zathi kuye: “Siphuphé iphupho, kodwa asinaye ochazayo.” Ngakho uJosefa wathi kuzo: “Izincazelo akuzona yini ezikaNkulunkulu?+ Ngicela ningilandise lona.” Daniyeli 1:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 La bantwana bona, bobane, uNkulunkulu weqiniso wabanika ulwazi nokuqondisisa kuyo yonke imibhalo nokuhlakanipha;+ futhi uDaniyeli yena wayenokuqonda kuzo zonke izinhlobo zemibono namaphupho.+
8 Khona-ke zathi kuye: “Siphuphé iphupho, kodwa asinaye ochazayo.” Ngakho uJosefa wathi kuzo: “Izincazelo akuzona yini ezikaNkulunkulu?+ Ngicela ningilandise lona.”
17 La bantwana bona, bobane, uNkulunkulu weqiniso wabanika ulwazi nokuqondisisa kuyo yonke imibhalo nokuhlakanipha;+ futhi uDaniyeli yena wayenokuqonda kuzo zonke izinhlobo zemibono namaphupho.+