Isaya 5:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Ngakho-ke abantu bami kuyomelwe baye ekudingisweni ngenxa yokuntula ulwazi;+ futhi inkazimulo yabo iyoba ngamadoda abulawa yindlala,+ futhi isixuku sabo siyogangathekiswa ukoma.+ Jeremiya 4:22 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 22 Ngoba isizwe sami siyisiwula.+ Asizange singiqaphele mina.+ Singamadodana angahlakaniphile; futhi asibona abanokuqonda.+ Sihlakaniphele ukwenza okubi, kodwa empeleni asinalo ulwazi lokwenza okuhle.+
13 Ngakho-ke abantu bami kuyomelwe baye ekudingisweni ngenxa yokuntula ulwazi;+ futhi inkazimulo yabo iyoba ngamadoda abulawa yindlala,+ futhi isixuku sabo siyogangathekiswa ukoma.+
22 Ngoba isizwe sami siyisiwula.+ Asizange singiqaphele mina.+ Singamadodana angahlakaniphile; futhi asibona abanokuqonda.+ Sihlakaniphele ukwenza okubi, kodwa empeleni asinalo ulwazi lokwenza okuhle.+