Jeremiya 4:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Kwaziseni kwaJuda, nikumemezele ngisho naseJerusalema,+ nikusho ngokuzwakalayo, nishaye uphondo kulo lonke izwe.+ Memezani kakhulu nithi: “Buthanani, singene emizini enezivikelo eziqinile.+ Hoseya 8:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 “Emlonyeni —uphondo!+ Umuntu uza njengokhozi+ emelene nendlu kaJehova, ngesizathu sokuthi yeqe isivumelwano sami,+ futhi yeqe umthetho wami.+ Joweli 2:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 “O madoda, shayani uphondo eZiyoni,+ nikhamuluke ngokukhamuluka kwempi+ entabeni yami engcwele.+ Bonke abakhileyo ezweni mabayaluze;+ ngoba usuku lukaJehova luyeza,+ luseduze!
5 Kwaziseni kwaJuda, nikumemezele ngisho naseJerusalema,+ nikusho ngokuzwakalayo, nishaye uphondo kulo lonke izwe.+ Memezani kakhulu nithi: “Buthanani, singene emizini enezivikelo eziqinile.+
8 “Emlonyeni —uphondo!+ Umuntu uza njengokhozi+ emelene nendlu kaJehova, ngesizathu sokuthi yeqe isivumelwano sami,+ futhi yeqe umthetho wami.+
2 “O madoda, shayani uphondo eZiyoni,+ nikhamuluke ngokukhamuluka kwempi+ entabeni yami engcwele.+ Bonke abakhileyo ezweni mabayaluze;+ ngoba usuku lukaJehova luyeza,+ luseduze!