Nehemiya 9:35 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 35 Bona—ngesikhathi sombuso wabo+ bezungezwe yizinto zakho ezinhle eziningi+ owabanika zona futhi besezweni elibanzi nelivundile+ owenza ukuba balithole, abakukhonzanga+ futhi ababuyanga emikhubeni yabo emibi.+ Isaya 9:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Abantu ngokwabo ababuyelanga kuLowo obashayayo,+ futhi abamfunanga uJehova wamabutho.+ Jeremiya 8:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Kwenziwa yini ukuba lesi sizwe, iJerusalema, sibe ngesingathembekile ngokungathembeki okuhlala njalo? Sibambelelé ekukhohliseni,+ senqabile ukubuya.+ Amose 4:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 “‘Futhi mina, nganinika ukuhlanzeka kwamazinyo+ kuyo yonke imizi yenu nokuswela isinkwa kuzo zonke izindawo zenu;+ kodwa anibuyelanga kimi,’+ kusho uJehova. Zakariya 1:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 “‘Ningabi njengoyihlo+ abaprofethi bangaphambili abababiza,+ bethi: “Yilokhu uJehova wamabutho akushilo, ‘Ngicela nibuye ezindleleni zenu ezimbi nasezenzweni zenu ezimbi.’”’+ “‘Kodwa abazange balalele, futhi abanginakanga,’+ kusho uJehova.
35 Bona—ngesikhathi sombuso wabo+ bezungezwe yizinto zakho ezinhle eziningi+ owabanika zona futhi besezweni elibanzi nelivundile+ owenza ukuba balithole, abakukhonzanga+ futhi ababuyanga emikhubeni yabo emibi.+
5 Kwenziwa yini ukuba lesi sizwe, iJerusalema, sibe ngesingathembekile ngokungathembeki okuhlala njalo? Sibambelelé ekukhohliseni,+ senqabile ukubuya.+
6 “‘Futhi mina, nganinika ukuhlanzeka kwamazinyo+ kuyo yonke imizi yenu nokuswela isinkwa kuzo zonke izindawo zenu;+ kodwa anibuyelanga kimi,’+ kusho uJehova.
4 “‘Ningabi njengoyihlo+ abaprofethi bangaphambili abababiza,+ bethi: “Yilokhu uJehova wamabutho akushilo, ‘Ngicela nibuye ezindleleni zenu ezimbi nasezenzweni zenu ezimbi.’”’+ “‘Kodwa abazange balalele, futhi abanginakanga,’+ kusho uJehova.