Levitikusi 20:22 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 22 “‘Kumelwe nigcine zonke izimiso zami+ nazo zonke izinqumo zami zokwahlulela+ futhi nizenze, ukuze izwe enginiletha kulo ukuba nihlale kulo linganihlanzi linikhiphe.+ Duteronomi 28:64 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 64 “Ngokuqinisekile uJehova uyokuhlakazela phakathi kwazo zonke izizwe, kusukela komunye umkhawulo womhlaba kuya komunye umkhawulo womhlaba,+ futhi lapho kuyomelwe ukuba ukhonze abanye onkulunkulu ongabazi, wena noma okhokho bakho, ukhuni netshe.+ Joshuwa 23:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 Kuyothi, njengoba nje wonke amazwi amahle uJehova uNkulunkulu wenu awakhulume kini enzekile kini,+ kanjalo uJehova anilethele wonke amazwi amabi kuze kube yilapho esenibhuqile kuleli zwe elihle uJehova uNkulunkulu wenu aninike lona,+ 1 AmaKhosi 9:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 nami ngiyomnquma u-Israyeli ezweni engimniké lona;+ futhi indlu engiyingcwelisele igama lami ngiyoyitshinga isuke phambi kwami,+ futhi impela u-Israyeli uyoba yisaga+ nento yokuklolodelwa phakathi kwazo zonke izizwe.
22 “‘Kumelwe nigcine zonke izimiso zami+ nazo zonke izinqumo zami zokwahlulela+ futhi nizenze, ukuze izwe enginiletha kulo ukuba nihlale kulo linganihlanzi linikhiphe.+
64 “Ngokuqinisekile uJehova uyokuhlakazela phakathi kwazo zonke izizwe, kusukela komunye umkhawulo womhlaba kuya komunye umkhawulo womhlaba,+ futhi lapho kuyomelwe ukuba ukhonze abanye onkulunkulu ongabazi, wena noma okhokho bakho, ukhuni netshe.+
15 Kuyothi, njengoba nje wonke amazwi amahle uJehova uNkulunkulu wenu awakhulume kini enzekile kini,+ kanjalo uJehova anilethele wonke amazwi amabi kuze kube yilapho esenibhuqile kuleli zwe elihle uJehova uNkulunkulu wenu aninike lona,+
7 nami ngiyomnquma u-Israyeli ezweni engimniké lona;+ futhi indlu engiyingcwelisele igama lami ngiyoyitshinga isuke phambi kwami,+ futhi impela u-Israyeli uyoba yisaga+ nento yokuklolodelwa phakathi kwazo zonke izizwe.