24 Ngakho-ke njengoba nje ilangabi lidla izinhlanga+ futhi utshani obomile bushona phansi emalangabini, yona kanye impande yabo iyoba njengephunga lokukhunta,+ nembali yabo iyothuquka njengebhuqu, ngoba balé umthetho kaJehova wamabutho,+ futhi balidelelile izwi loNgcwele ka-Israyeli.+