Duteronomi 9:21 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 21 Isono senu enanisenzile, ithole,+ ngalithatha, ngalishisa ngomlilo ngalichoboza, ngaligayisisa kwaze kwaba yilapho selicoleke njengothuli; okwathi ngemva kwalokho ngaphonsa uthuli lwalo esifufuleni esasehla entabeni.+ 1 AmaKhosi 12:28 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 28 Khona-ke inkosi yacebisana+ nabathile yenza amathole amabili egolide+ yathi kubantu: “Kungaphezu kwamandla enu ukukhuphukela eJerusalema. Nangu uNkulunkulu wakho,+ Israyeli, owakukhuphula ezweni laseGibhithe.”+ 1 AmaKhosi 12:30 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 30 Le nto yaba yimbangela yesono,+ futhi abantu bahamba baze bafika naphambi kwalelo elalikwaDani. Mika 1:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 “Konke lokhu kungenxa yokuvukela kukaJakobe, yebo ngenxa yezono zendlu ka-Israyeli.+ Kuyini ukuvukela kukaJakobe? Akulona yini iSamariya?+ Futhi ziyini izindawo eziphakemeyo zikaJuda?+ Azilona yini iJerusalema?
21 Isono senu enanisenzile, ithole,+ ngalithatha, ngalishisa ngomlilo ngalichoboza, ngaligayisisa kwaze kwaba yilapho selicoleke njengothuli; okwathi ngemva kwalokho ngaphonsa uthuli lwalo esifufuleni esasehla entabeni.+
28 Khona-ke inkosi yacebisana+ nabathile yenza amathole amabili egolide+ yathi kubantu: “Kungaphezu kwamandla enu ukukhuphukela eJerusalema. Nangu uNkulunkulu wakho,+ Israyeli, owakukhuphula ezweni laseGibhithe.”+
5 “Konke lokhu kungenxa yokuvukela kukaJakobe, yebo ngenxa yezono zendlu ka-Israyeli.+ Kuyini ukuvukela kukaJakobe? Akulona yini iSamariya?+ Futhi ziyini izindawo eziphakemeyo zikaJuda?+ Azilona yini iJerusalema?